Portal:Isayensi
Appearance
Isayensi ukufuna ukuzwisisa into ngobubanzi, ngokungenelele. Ososayensi abantu abaphenya bafune iqiniso, ukuthi izinto zenzeka njani futhi kungani zenzeka. Elinye igama elichaza usosayenzi usonzululwazi, futhi elinye igama eliphawula isayensi inzululwazi.
Kukhona izigaba eziningi zenzululwazi:
Umchazamkhathi, umchazamhlaba, umchazalwandle, umchazazibalo, umchazabuntu, umchazazilo, umchazampilo, umchazabukhulu, umchazandalo, umchazatho, umchazanhlalo njll.